Mzaneno umuthi wenzani
Umzaneno induku lena enamandla kakhulu ekusondezeni idlozi noma amathongo akithi akuvakashele amaphusheni.
Mzaneno umuthi wenhlanhla lona uma ufuna izinto zakho zikhanye uyawuthaka neminye imithi.
Umzaneno umuthi ubiza izinto ezinhle zize ngakuwena okungaba imali, umsebenzi, uthando, umshado, izinhlanhla, umshado, impumelelo.
Wenzani umzaneno?
Mzaneno umuthi uchazani?
Igala likaMzaneno liyazichaza, Yini ukuza? "Neno" leligama lichaza ukuthi "ngapha",
okusho ukuthi igama lelomuthi lithi "Woza Ngapha". Leigama lisho konke okufisayo kuza nganeno
Uma intombi ilabeka uthi ukhuluma nayo ayifuni, iyakulwisa,
izozizela ngomzaneno, uyawuthaka neminye imithi wenze isifutho,
uma ufutha ubize igama laleyontombi, bese uyenza njengokuyalelwa kwakho yinyanga yakho,
uvuke uphalaze ngakusasa ilanga lingakaphumi. Uzozwa yona isikubhaza leyontombi.
umuthi wesigodlo or business
umuthi wokubiza ama customer ebhizinisini lakho noma esontweni noma esigodlweni sakho.
uzodinga lemithi elandelayo
Gaya wenze umuthi yokukorobha (ukumopha) uchele nangaphandle kwebhizinisi or isonto or isigodlo, bazoza balandelane
balethe imali.
Ukubuyisa izinhlanhla ezathwetshulwa
Umuthi wokubuyisa izinhlanhla zakho,
Uthi mawuyohlola bathi ubalekelwa izinhlanhla zakho. Umuthi wenhlanhla ke nangu ake sikwenzele,
thola lemithi elandelayo:
Futha, phalaza, uyageza izinsuku ezimbili khuluma nalomuthi uwutshele emehlweni ukuthi ufuna zibuye izinhlanhla zakho.
umuthi wokubuyisa idlozi elikuflathele
Idlozi lakho alikunaki likuflathele , thola lemithi:
Gaya ufake ku 10 litre ufake amanzi akho owakhe emfuleni ohambayo, ufike esiganeni
uphahle ngemphepho ubize amadlozi akho, uwatshele emakhaleni ukuthi abheke ngakuwena,
ukhulume kahle ngesizotha abantu abadala phela laba wena uyingane. Uthi uqeda lapho
bese uyageza ubheke entshonalanga lokhu ukwenza ntambama ilanga seliyozilahla kunina.
, amadlozi nezinhlanhla kuzokulandela.
indoda ibuyiswa kanjani?
Intombi ibuyiswa kanjani ngesikhafulo ozenzela sona ekhaya?
ungazenzela lesikhafulo home made isikhafulo dlula ekhemisi eseduze nawe uthenge lemithi uyihlanganise
yome ibe impuphu uyigxobe bes eyamkhafula. :
MLOTHA WAMA NDIYA, MHUNGULO, MKHAPHA LANGA, ABANQONQOZI, ABAKHONGI, MZANENO,ZULA AZE AYITHOLE, ZIFUNELE, MOYA WEZWE,UMUSA,UMUNYU , MMEMEZI OBOVU,SEHLULA MANYE,MMEMEZI OMHLOPHE, SONDEZA, MTHUNYELELWA,UZIBUTHE IKHUBALO,
WOZA WOZA, UNGINAKILE, ABAPHAPHI.
Amaphupho ngomuthi umzaneno ,
kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umzaneno ?
ukuphupha umuthi umzaneno ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi,
nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Izincazelo zemithi